Share

'UVavi akayidube nomndeni wakhe iGenerations'

Cape Town - UNobhala weCosatu uZwelinzima Vavi ukhulume wathi kumele abantu baseNingizimu Afrika bayidube iGenerations, bangabe besazixaka ngokuyibukela.

Sibuze abafundi beZiNdaba News24 ukuthi ngabe bazosilalela iisphakamiso seCosatu?

Bayaphendula:

UBongani Tibane uthe: UVavi akayidube yena nomndeni wakhe iGenerations.

UNkosikhona Khumalo uthe: Mina azange ngiyibuke, ngifonele nabangani ngabacela ukuthi bangayibuki. UVundla akahloniphi abasebenzi bakhe futhi uyababonisa ukuthi akabancengi, nathi balandeli bayo akanandaba nathi uyazi ukuthi uzobashintsha njengoba eshintsha amasokisi kodwa sizoqhubeka siyibuke.

Ukungayibuki kwami ngenzela nje bonke abasebenzi okudlalwa ngabo!

U-Evangelist Smiso Mvhunu uthe: UZwelinzima Vavi abashayeli benkampani yakhe Izwelothando Minerals, eCato Ridge, batelekile ngenxa yamaholo angagculisi. Yisonto lesithathu leli , kuyanyanyisa ukuziveza njengomuhle emphakathini.

UNeziwe Ngwalase uthe: Angeke sitshelwe uVavi ukuthi asenzeni senzeni, ziningi izinto ezobnakele kuleli laseNingizimu Afrika. Uyozilungisa nini zona?

Bheka ikhasi lethu leFacebook, Izindaba News24 ubone abanye batheni.


Disclaimer:INews24 iqhakambisa ukukhuluma ngokukhululeka nokuzwakaliswa kwemibono eyahlukene. Lokho kuchaza ukuthi imibono yababhali bezingosi eshicilelwe kuNews24, akuyona imibono yeNews24.


 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
32% - 410 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
68% - 862 votes
Vote
Rand - Dollar
19.08
+0.4%
Rand - Pound
23.60
+0.9%
Rand - Euro
20.32
+0.3%
Rand - Aus dollar
12.24
+0.5%
Rand - Yen
0.12
+0.4%
Platinum
942.50
-0.8%
Palladium
1,028.50
-0.1%
Gold
2,392.04
+0.5%
Silver
28.74
+1.8%
Brent Crude
87.11
-0.2%
Top 40
67,314
+0.2%
All Share
73,364
+0.1%
Resource 10
63,285
-0.0%
Industrial 25
98,701
+0.3%
Financial 15
15,499
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE