Cape Town - Isikhathi sokuhamba komunye wozakweni emsebenzini akuvamile ukuba yisikhathi esimnandi ngenxa yobudlelwane ebesenibakhile emesebenini.
Kwesinye isikhathi, uma ubudlelwane bebubuhle, kuba kuhle ukuthi ohambayo avaleliswe. Kodwa noma kunjalo abanye abantu abathandi ukuvaleliswa ngenxa yezizathu ezithile.
Sizbe sesibuza abafundi bethu ukuthi bacabangani bikna ngalokhu, ngabe bayathndani yini noma cha ukuvaleliswa.