Share

Ukhala kubani uma zikunetha?

Cape Town - Kuzona zonke izinkalo kuleli omama abaningi bazohlangana njengoba uLwesine kwaziwa ukuthi wusuku lwabo badumise uNkulunkulu, bethi Thembalimbe anginalo Nguwe ithemba lami.

Wena uma zikunetha, wehlelwa, ushiywa abathandiweyo bakho, uthi uyahlanganisa izinto zingahlangani, ukhalela kubani, loyo owazi ukuthi angalungisa indlela yakho?

Bayaphendula:

UJabu Ntombie Phiri uthe: Ngikhalela kuShembe, uNyazi lweZulu. Anginalo elinye ithemba ngaphandle kwalo.

Zikhona izinto zibekiwe ngaphansi kwamafu nezulu kodwa azisizi ngoba zihamba ziphelelwe yisikhathi kodwa uShembe umi njalo, Amen.
UBucy Magoso uthe: Ngikhala kumdala wensuku uJehova inqanawe yezulu, usonini nanini, u-Alpha no-Omega, uLizwi uMoya Ongcwele.

USandile N Goqo
 uthe: Inkinga abantu abamdumisi uNkulunkulu kepha bamumemeza mase besenkingeni, bathandaza mase kunenkinga kanti umfundisi ulindwa ngeculo.

UMbally Bophela uthe: Kuye yedwa owadala izulu nomhlaba, unguJehova igama lakhe.


Bheka Izindaba News24 kufacebook, ubone abanye batheni.


Disclaimer:INews24 iqhakambisa ukukhuluma ngokukhululeka nokuzwakaliswa kwemibono eyahlukene. Lokho kuchaza ukuthi imibono yababhali bezingosi eshicilelwe kuNews24, akuyona imibono yeNews24.



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
64% - 463 votes
No! It's time to move on ...
36% - 261 votes
Vote
Rand - Dollar
19.01
+1.1%
Rand - Pound
23.79
+0.7%
Rand - Euro
20.40
+0.8%
Rand - Aus dollar
12.40
+0.7%
Rand - Yen
0.12
+1.2%
Platinum
925.50
+1.5%
Palladium
989.50
-1.5%
Gold
2,331.85
+0.7%
Silver
27.41
+0.9%
Brent Crude
88.02
-0.5%
Top 40
68,437
-0.2%
All Share
74,329
-0.3%
Resource 10
62,119
+2.7%
Industrial 25
102,531
-1.5%
Financial 15
15,802
-0.2%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE