Share

Umbono: I-ANCYL ayikuzwisisi 'okushiwo' yiSilo

Durban - Uphiko lwentsha ye-ANC KwaZulu-Natal ngoMsombuluko luthe aluyizwa kahle into eshiwo yiSilo samaBandla onke uGoodwill Zwelithini  nge-Heritage Day.

Baphawule kanje abafundi:

U-Impofana Yokuqina Yengwayo uthe: Isilo sikhulumile futhi asiphikiswa amabhena epolitiki asiwadingi emikhosini wenkosi siyacela ANC aniyi yenke lento yenu akusona sonke esithanda iqembulenu kodwa singaMaZulu.

UMike Msibie uthe: Le ANCYL ihluleka ukufeza izidingi zabantu ilibele ukuphikisana neSilo yaz.

UMbongiseni Bheshu Mthombeni uthe: IKzn isizwe sika Ngangezwe lakhe hhay se-ANC, iSilo sikhulu kunoSenzo Mchunu ne-Anc. Umhlaba ka Ngangezwe lakhe, Shaka Zulu!

USbonelo Mkhwanazi uthe: UNdabezitha uqedile makuwukuthi uwumlomo ongathethimanga kuzokwenziwa akushoyo lezingane ze ANC youth league azimhloniphe futhi ake zibhekane nezinkinga ezithinta intsha zihlukane noNgangezwe lakhe.

UThami Khoza uthe: Uma benenkinga abahambe la eKZN mina nje ngingajabula iKZN izimele ngoba inothile kodwa kudla omtakabani(ANC) bodwa izwe likaZulu leli.

Bheka ku-Facebook-Izindaba News24, ubone abanye batheni.

Disclaimer:INews24 iqhakambisa ukukhuluma ngokukhululeka nokuzwakaliswa kwemibono eyahlukene. Lokho kuchaza ukuthi imibono yababhali bezingosi eshicilelwe kuNews24, akuyona imibono yeNews24.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter                 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
65% - 395 votes
No! It's time to move on ...
35% - 214 votes
Vote
Rand - Dollar
19.04
+0.9%
Rand - Pound
23.78
+0.7%
Rand - Euro
20.40
+0.8%
Rand - Aus dollar
12.38
+0.9%
Rand - Yen
0.12
+1.0%
Platinum
916.60
+0.5%
Palladium
981.50
-2.3%
Gold
2,333.98
+0.8%
Silver
27.37
+0.8%
Brent Crude
88.02
-0.5%
Top 40
68,363
-0.3%
All Share
74,263
-0.3%
Resource 10
62,166
+2.9%
Industrial 25
102,220
-1.7%
Financial 15
15,816
-0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE