Durban - Ukuqinisekisa ukuthi bayabanjwa ababulali bakaputeni weBafana Bafana owabulawa, uSenzo Meyiwa, bayaboshwa, oKlebe sebengenelele ophenyweni.
Baphawule kanje abafundi:
UKhayelihle Njabulo Nondela uthe: Kwabuya ithemba, phela iSAPS ilibulele izwe ngokugwazelwa.
UMduh Mzobe uthe: Oklebe phela abagwazelwa futhi babopha bona laba abasatshwayo, kuhle kokho.
USbonelo Zuma Ingwenya uthe: Awu siyabonga mhlambe kuzoba khona okubambekayo, siyabethemba oKlebe.
UNyaniso Chyna Sotsaka uthe: Lizophumake iqiniso manje, Umbonouzobona.
Bheka ku-Facebook-Izindaba News24, ubone abanye batheni.
Disclaimer:INews24 iqhakambisa ukukhuluma ngokukhululeka nokuzwakaliswa kwemibono eyahlukene. Lokho kuchaza ukuthi imibono yababhali bezingosi eshicilelwe kuNews24, akuyona imibono yeNews24.
- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho