Share

Umbono: Ngisize mawengane

Cape Town - Owesilisa othi angenza noma yini ukubona ingane yakhe usenqume ukuthi agxobe itoyitoyi ngaphandle kwalapho kusebenza khona umama wengane zonke izinsuku ngemizamo yokuthi amvumele ukuba achithe isikhathi nengane yabo.

Le ndoda yaseMidrand kuthiwa ima noqwembe olubhalwe ukuthi: “Ngicela nitshele umama wengane yami ukuba ayeke ukunginqabela ukuthi ngisondelane nengane yami. Zonke izingane ziyabadinga obaba”.

Lo baba, 30, uthi usabone ingane yakhe kanye vo kulo nyaka.
Ingane le inezinyanga ezingu-11 ubudala kanti izithandani zahlukana ngoNovemba, kanti ingane uyayondla.

Sibuze abafundi bethu nansi imibuzo:

Ngokubona kwakho ngabe yini le exabanisa abantu uma sebenengane, kungabe kusafana njengoba bekade besathandana ingekho?

Yini engaba yisixazululo kulabo abalwa izimpi zabo ngezingane?

Nazi izimpendulo:

Zinhle Velile - Okungenzeka ukuthi akuyona eyakhe lo bhuti ,asikho isidingo sokwenqabela ubaba wengane ukuthi ayibone noma ngabe senehlukana igazi lakhe naye. Ingane ayingene noma ngabe nixabene kangakanani ungamshayi umuntu ngengane ngoba uyayithanda eyakhe.

Asante Sana KaSobhuza Dlamini - Sinenkinga efanayo nale nsizwa kodwa yona ingcono isike yayibona kanye mina angiyazi ngigcina ngokuyibona ezithombeni angithumelela wona umama wayo noma ngikhulume nayo ocingweni. Ingane ineminyaka emibili ubudala.

Thandeka Tdk Ncube - Akuyona ingane yale ndoda, intombazane ayitshele ubaba wengane iqiniso ayeke ukudlala ngomunye. Kungani ivume imali yendoda uma ingafuni ibone ingane?


Disclaimer: INews24 iqhakambisa ukukhuluma ngokukhululeka nokuzwakaliswa kwemibono eyahlukene. Lokho kuchaza ukuthi imibono yababhali bezingosi eshicilelwe kuNews24, akuyona imibono yeNews24.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter



We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think corruption-accused National Assembly Speaker Nosiviwe Mapisa-Nqakula will survive a motion of no confidence against her?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, her days are numbered
42% - 516 votes
Yes, the ANC caucus will protect her
58% - 727 votes
Vote
Rand - Dollar
18.89
+0.2%
Rand - Pound
23.84
+0.3%
Rand - Euro
20.36
+0.4%
Rand - Aus dollar
12.30
+0.3%
Rand - Yen
0.12
+0.2%
Platinum
908.05
0.0%
Palladium
1,014.94
0.0%
Gold
2,232.75
-0.0%
Silver
24.95
-0.1%
Brent Crude
87.00
+1.8%
Top 40
68,346
0.0%
All Share
74,536
0.0%
Resource 10
57,251
0.0%
Industrial 25
103,936
0.0%
Financial 15
16,502
0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE