Durban - Amazwi enduduzo ngokushona kwentandokazi yomlingisi womdlalo wochungechunge okhonjiswa kwiSABC 2 phakathi nezinsuku iMuvhango.
Baphawule kanje abafundi:
UNtokozo Ngqazinga uthe: Ulale ngoxolo Mushasha.
UNtuthuko Knowledge Msenti uthe: Ulale ngokuthula Vho-Mushasha.
UNkulie Lulocate Tofu uthe: Ohhe izindaba ezimbi ke lezi ulale ngoxolo Mkhulu uMushasha.
ULango Didi uthe: Hawu kodwa bakithi ulale ngoxolo Shashi kodwa ngesalukwaz sakho nje bandla #Kondi!
Bheka ku-Facebook-Izindaba News24, ubone abanye batheni.
Disclaimer:INews24 iqhakambisa ukukhuluma ngokukhululeka nokuzwakaliswa kwemibono eyahlukene. Lokho kuchaza ukuthi imibono yababhali bezingosi eshicilelwe kuNews24, akuyona imibono yeNews24.
- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho