Uqhube wathi uhulumeni ngeke abagade enkundleni aphinde agade nempilo yabo yangasese.
Kungabe uyavumelana nale nkulumo kaNgqongqoshe?
Baphenduloe kanje abafundi:
USindisiwe P Mfeka uthe: Ukhuluma iqiniso.
UPatrick Dlaba uthe: Yebo uqinisile
U-Excellence Radebe uthe: Iqiniso elingenakuphikiswa lelo ngqongqoshe,sisabadinga kwezemidlalo. Asifuni bafele into engekho sisale thina njengabalandeli sizwe ubuhlungu ngenxa yokuziphatha budedengu kwabo.
UMusah Inno Mpungose uthe: Lokhu okukhulunywa ngunqonqoshe kuyiqiniso elingenakuphikiswa. Ezinkundleni bavikeleke ngayo yonke indlela.
ULeendokuhle Mqadi uthe: Iqiniso elimsulwa, ikusasa lomuntu lincike kwinhlobo yabangani aphila nabo.
UZanele Ele uthe: Uqinisile Ubaba uMbalula
Disclaimer:INews24 iqhakambisa ukukhuluma ngokukhululeka nokuzwakaliswa kwemibono eyahlukene. Lokho kuchaza ukuthi imibono yababhali bezingosi eshicilelwe kuNews24, akuyona imibono yeNews24.
- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho