Durban - Yikuphi okukhumbulayo phakathi kwalokhu okuthathu okusesithombeni?
Uma ukukhumbula konke, yikuphi owawukuthanda kakhulu?
Baphawule kanje abafundi ngesithombe:
USmangele Nxumalo uthe: Bakithi zazimnandi lezonsuku,ngikhumbula konke!!!
UBheki Malinga uthe: Vhruuuuuuuu vhruuuuuuuu ey kodwa if kuqgabuka intambo kwakfiwa isikshaya iminwe #ugwayike ngaze ngawudayisa loolzz
UNelly Fuzelihle Ngcobo uthe: Lol ngangikthanda konke kodwa mawuzoqondana nomuntu oncinzana kakhulu kwakuliwa ugwayi ngangithenga owa 50c wawu 10c
UMbongeleni Mazwi Malahla Ngonyama uthe: Ngikukhumbula konke konke konke
Bheka ku-Facebook-Izindaba News24, ubone abanye batheni.
Disclaimer:INews24 iqhakambisa ukukhuluma ngokukhululeka nokuzwakaliswa kwemibono eyahlukene. Lokho kuchaza ukuthi imibono yababhali bezingosi eshicilelwe kuNews24, akuyona imibono yeNews24.
- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho