Durban - UNtombifuthi ‘Ntombi’Tshabalala nesoka lakhe, uNkanyiso ‘Ace’ Khumalo, kuthiwa babanjwe nezidakamizwa eClaremont, ngaseSophiatown ngoLwesibili ebusuku.
Baphawule kanje abafundi bethu:
U-Onias Moyo uthe: Awuu Ntombie ihlazo elingaka amanye amantombazane anamaphupho okwenza izinto ezinhle empilweni, wehluleka ukuthenga umuzi obiza wena, wehluleka ukukhokha i-rent imali phelela kuzidakamizwa nensangu, heh!
UBiyela Mvundlana Sohloliwe Njengedombolo uthe: Kodwa mina ngabona ukuthi ayikho into eyolunga ino-Ace phakathi, kwakumele uNtombi athathe imillion lakhe ahlukane nosikhotheni.
UNtombi Shabalala uthe: Ngiphoxekile khalela imali yami ngivota, kodwa Ace bekubonakala unetswebu yesigebegu, uNtombi yena lokhu ehlale esineka ubala.
UMshana Ka Klobah NoFokofoh uthe: Mmmmmmmm bandla Ntombiace niyaphoxa.
Bheka ku-Facebook-Izindaba News24, ubone abanye batheni
Disclaimer:INews24 iqhakambisa ukukhuluma ngokukhululeka nokuzwakaliswa kwemibono eyahlukene. Lokho kuchaza ukuthi imibono yababhali bezingosi eshicilelwe kuNews24, akuyona imibono yeNews24.
- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho