Share

Baphawula ngokushona kukaMngeni

Cape Town - UXolile Mngeni, ekunguye owadubula kubulawa umshadikazi u-Anni Dewani ushonele esibhedlela sasejele izolo.

"Kube buhlungu ukuthi ashone kusacutshungulwa isicelo sakhe sikashwele wokugula. Sithanda ukudlulisa amazwi enduduzo emndenini nasezihlotsheni," kusho uNgqongqoshe woMnyango uMichael Masutha.

Ngaphambi kokuthi uMngeni agwetshwe ngo-2011, inkantolo yatshelwa ukuthi angaphila kuphela iminyaka emihlanu.

Abafundi beziNdaba News24 bayaphawula ngalokhu:

UTops Bhengu uthe: Ngeke sisho lutho kodwa uJehova uyaphendula ngo-Anni.

Noma-ke kunjalo, uDewani naye akaboshwe.

UBhasobhani Gabsani Schomani Miya uthe: Ukube wayenemali noma engusopolitiki ngabe kade aphuma futhi ubengeke afe.

Umthetho wakuleli uya ngokuthi ungubani, uma ungaziwa indaba yakho ayikhulunywa.

UVictor Dladla uthe: Engabe besesicutshungulwa okunjani ngoba sasichithiwe leso sicelo phezu kokuba wayengasakwazi nokuhamba.

 Kwakungasadingi ngisho odokotela ukubona ukuthi uyafa uMngeni

Ufa nini kanti uShabir Shaik noJackie Selebi njengoba kwashiwo, noma ongafanele ukuhlala ejele wumuntu onegama ku-ANC?

Bheka Izindaba News24 kuFacebook, ubone abanye abatheni




Disclaimer:INews24 iqhakambisa ukukhuluma ngokukhululeka nokuzwakaliswa kwemibono eyahlukene. Lokho kuchaza ukuthi imibono yababhali bezingosi eshicilelwe kuNews24, akuyona imibono yeNews24.


 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
How often do you go to the cinema to watch new movies?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Often - nothing beats the big screen
2% - 26 votes
Hardly - I prefer streaming online
66% - 730 votes
Sometimes - it depends on the film release
32% - 350 votes
Vote
Rand - Dollar
19.15
-0.7%
Rand - Pound
23.82
-0.6%
Rand - Euro
20.39
-0.5%
Rand - Aus dollar
12.30
-0.5%
Rand - Yen
0.12
-0.6%
Platinum
950.40
-0.3%
Palladium
1,028.50
-0.6%
Gold
2,378.37
+0.7%
Silver
28.25
+0.1%
Brent Crude
87.29
-3.1%
Top 40
67,190
+0.4%
All Share
73,271
+0.4%
Resource 10
63,297
-0.1%
Industrial 25
98,419
+0.6%
Financial 15
15,480
+0.6%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE