Share

Baphawula ngokuxoshwa kwabafundi bakwaShembe esikoleni

Durban - Abafundi ababili babafana baKwaZulu-Natal bathi baxoshiwe esikoleni ngoba bayanqaba ukugunda izinwele ngenxa yezizathu zenkolo abayilandelayo.

Baphawule kanje abafundi:

U-Enhle Mhlophe uthe: Izinwele azinankinga nje, kuphela uma zinakiwe zakanywa angiliboni mina iphutha lapho kumfundi. Lokhu nje okwenzekile ubandlululo ngoba ezinye inhlanga zizenzela ezikuthandayo ngezinwele zazo kepha thina sisagqilazekile kuhambe kulokhu kuthiwa umthetho wesiole, umthetho wesikole kudlalwa ngathi la.

UThemba M Chonco uthe: Uma kungathiwa bonke abafundi abenze okwenkolo yabo ezikoleni kungaba nenkinga. AmaRasta angadla insangu eskoleni. Asiqali ukubona amaShembe ezikoleni. Mina ngisewumfundi kwake kwafika uShembe owayebizwa ngo-AK. Kwathi sekuqediwe ukugida ntambama wathula inkulumo ayeyibhekise kothisha bethu ababezobukela umgido wathi ''Bonke abantwana abasezikoleni abahloniphe imithetho yesikole. Ningangiqambeli amanga nithi ngithe ningagundi ezikoleni. Angithi niyangizwa bothisha'' Iyaxaka le nkolo yakwaShembe ngoba abantu badelela bese bevika ngayo. Ukweyisa nje lokhu kungaxutshwe nalutho. Uma umuntu engagundi kumele ngabe izinwele zakhe sezishaya eqolo kuhle kwezeNdiya.Abayeke ukugcwaneka ezikoleni lababantwana. Ngyanikhuza khuzekani.

UMalusi Gumede uthe: Abantu bagcwele ukweya izinkolelo zabantu abamnyama baqhakambise ezabelungu ngoba nasebhayibhelini kuyashiwo ukuthi ogunda ikhanda lakhe alicwecwe emaceleni akayiwubona umbuso weZulu. Kuhle yini njengoba sekunzima kanje ukuhlukanisa umuntu neNdiya njengoba abantu belengise izinwele zawo? Ziyanihleka izizwe nibe nithi nenza okuhle kanti nijivaza uMvelinqangi uqobo. Masihlanzekile isihluthu akunankinga nakancane nami ngifunde ngaze ngaqeda nginaso.

UMzwandile Madiya uthe: Bayinkinga abantu ngokwahlulela izinkolo:abantu abahlukane nokwahlulela ezinye izinkolo lo thisha ongezwa ngishonoma esetshelwa wumphathi wakhe uzibizela amanzi ngomsele selimulahlile icala ngakwenzile. Mina angikhonzi kwaShembe kodwa amaNazaretha ngiyawahlonipha.

Bheka ku-Facebook-Izindaba News24, ubone abanye batheni 

Disclaimer:INews24 iqhakambisa ukukhuluma ngokukhululeka nokuzwakaliswa kwemibono eyahlukene. Lokho kuchaza ukuthi imibono yababhali bezingosi eshicilelwe kuNews24, akuyona imibono yeNews24.

“Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
67% - 949 votes
No! It's time to move on ...
33% - 465 votes
Vote
Rand - Dollar
18.80
+1.1%
Rand - Pound
23.49
+1.3%
Rand - Euro
20.10
+1.5%
Rand - Aus dollar
12.28
+1.0%
Rand - Yen
0.12
+2.8%
Platinum
923.40
-0.2%
Palladium
957.50
-3.3%
Gold
2,336.75
+0.2%
Silver
27.20
-0.9%
Brent Crude
89.01
+1.1%
Top 40
69,358
+1.3%
All Share
75,371
+1.4%
Resource 10
62,363
+0.4%
Industrial 25
103,903
+1.3%
Financial 15
16,161
+2.2%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE