Durban - Uboshiwe owesifazane ngezinsolo zokwelekelela ekutheni indodakazi yakhe eneminyaka engu-11 ubudala, ihlukunyezwe ngokocansi.
Baphawule kanje abafundi:
UVhatam Qwabes uthe: Amanyala nje lawo uqomelani mayengasenalo elokunelisa indoda sengaze afune ukubulala ikusasa lengane.
UNhlanhla Walter Bebana uthe: Isonakali sendoda nesikhohlakali sikamama kufanele babolele ejele.
USlindi Princess Zikhali uthe: Ufanelwe udilikajele lomama ugangile wakha isifundo esibi kubantu ukuthi uncenge imali endodeni ngengane yakho pho.
UMphaka Mthembu uthe: Kudela owaziyo ukuthi lomama bethenjisweni.
USizeni Nxumalo uthe: Abanganikwa ibheyili, ubulwane lobu obuphethe lomama.
Bheka ku-Facebook-Izindaba News24, ubone abanye batheni.
Disclaimer:INews24 iqhakambisa ukukhuluma ngokukhululeka nokuzwakaliswa kwemibono eyahlukene. Lokho kuchaza ukuthi imibono yababhali bezingosi eshicilelwe kuNews24, akuyona imibono yeNews24.
- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho
- Landela IzindabaNews24 kuTwitter