Share

Umbono: Bagxeka isenzo se-EFF ePhalamende

Durban - Uthe engakawuvuli nokuwuvula umlomo uMengameli Jacob Zuma ePhalamende, aqala amalungu amaqembu aphikisayo axokozela.

USomlomo uBaleka Mbete uzamile ukukhuza isimo kepha kwazinhlanga zimuka nomoya.

Jeff Mass Kodwalezi zingane ze-EFF zizalwa ngubani? Awukho umthetho kula babafana abaxoshwe!

Yolanda Dampi Gcuma Bekungamele bayibize ngoba bayayazi ihlale ihlupha behlisa isithunzi sezwe, bayasihleka abelungu. Kumele bafundiswe ukuthi iPhalamende akuyona indawo yokudlala.

Sihle Mntayi Sihle Mntayi Abaxoshwe la bantu ePhalamende bamosha isikhathi ngombhedo wabo. UMalema nale EFF noLekota wakhona.

Jabu Khumalo Kodwa okunye kuwukugula ngekhanda, bekunani balinde bezwe ukuthi uthini kahle kahle umengameli badelela thina umphakathi.

Sbu Sbubuza Magubane Angikaze ngibabone abantu abangenanhlonipho nangqondo njengeqembu le-EFF. Uma kukhulunywa ngemidlwembe kusuke kushiwo i-EFF.

Bonga Xaba Kodwa bakithi baze bayiphela endlebeni naba abantu be-EFF, abasaboneli ngisho kuMaimane ukuthi kumele umuntu aziphathe kanjani.

Disclaimer:INews24 iqhakambisa ukukhuluma ngokukhululeka nokuzwakaliswa kwemibono eyahlukene. Lokho kuchaza ukuthi imibono yababhali bezingosi eshicilelwe kuNews24, akuyona imibono yeNews24.

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think corruption-accused National Assembly Speaker Nosiviwe Mapisa-Nqakula will survive a motion of no confidence against her?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, her days are numbered
41% - 544 votes
Yes, the ANC caucus will protect her
59% - 776 votes
Vote
Rand - Dollar
18.90
+0.2%
Rand - Pound
23.84
+0.3%
Rand - Euro
20.39
+0.2%
Rand - Aus dollar
12.31
+0.3%
Rand - Yen
0.12
+0.2%
Platinum
908.05
0.0%
Palladium
1,014.94
0.0%
Gold
2,232.75
-0.0%
Silver
24.95
-0.1%
Brent Crude
87.00
+1.8%
Top 40
68,346
0.0%
All Share
74,536
0.0%
Resource 10
57,251
0.0%
Industrial 25
103,936
0.0%
Financial 15
16,502
0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE