Share

'Abafelokazi mababhasobhe oBen 10'

Johannesburg - ISikhulumi sasesiShayamthetho sesifundazwe uThandi Shongwe uxwayisa abafelaokazi ngoBen 10 abalandela amafa.

uThandi Shongwe uthi ngemuva kokulahlekelwa umyeni wakhe wahlala wacabanga ngabafelokazi waphuma nesu lokubasiza wavula isigungu esizobasiza kuzo zonke izinkinga ababhekana nazo.


UNonhlanhla Mondlane, 33, ngesikhathi exoxa ngodaba lwakhe nabanye abafelokazi ngokuhlukunyezwa abasemzini kuvele kwaquma isililo

OLUNYE UDABA: Ungumfazi ophele uMandisa kaSenzo

Lesi sigungu singesabesifazane ababhekene nezinkinga emphakathini ngemuva kokulahlekelwa ngabayeni.

"Abafelokazi bathola amafa emali nokunye kodwa bakhona nalabo abangatholi lutho," kusho uShongwe.

UShongwe ubefuna ukuxwayisa abafelokazi ngo'Ben 10' ababasebenzisayo ukuze badle amafa abafelokazi.

"Abafelokazi banikeza oBen 10 izimoto zabayeni bazo bona balande izintombi zabo ngazo lezi zimoto, kubika iSowetan Live.

"Bafuna ukuqeda imali zamafa enu oBen 10."



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                             

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
How often do you go to the cinema to watch new movies?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Often - nothing beats the big screen
2% - 21 votes
Hardly - I prefer streaming online
67% - 668 votes
Sometimes - it depends on the film release
31% - 304 votes
Vote
Rand - Dollar
19.18
-0.9%
Rand - Pound
23.86
-0.7%
Rand - Euro
20.43
-0.7%
Rand - Aus dollar
12.32
-0.6%
Rand - Yen
0.12
-0.7%
Platinum
951.80
-0.1%
Palladium
1,031.50
-0.3%
Gold
2,380.82
+0.8%
Silver
28.26
+0.1%
Brent Crude
87.29
-3.1%
Top 40
67,190
+0.4%
All Share
73,271
+0.4%
Resource 10
63,297
-0.1%
Industrial 25
98,419
+0.6%
Financial 15
15,480
+0.6%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE