Share

Abafundi bafuna ama-Tablets ezikoleni

Johannesburg - Uhulumeni kufanele ethule uhlelo lokufunda olubizwa nge-e-learning anikezele ngama-tablet kumfundi ngamunye, kubike iDaily Sun ngoLwesine. 

Lokhu kungezinye zezinto ezifunwa abafundi abalinganiselwa kwabayikhulu ababhikishe baze bayofika esishayamthetho sesifundazwe saseGauteng, eGoli ngoLwesithathu

UVusimuzi Booysen ,18, oyilungu leCosas uthe: "Sifuna kuhlelwe kahle nezinto zokuthutha abafundi, okuchaza ukuthi uMasipala kufanele unikezele, ahlinzeke abafundi ngezinto zokuhamba."

Okunye abakufunayo ukuthi kuqiniswe ezokuphepha ezikoleni.

Abadayisa emgwaqeni basale bebambe ongezansi ngesikhathi abafundi abaphuma ezindaweni ezahlukeni zase-Ekurhuleni bedlula nezimpahla zabo.

Abashayeli bamatekisi erenki eseNoord St, bagijimise lezi zingane ngezagila, kubika iDaily Sun.

Abafundi abane baphuthunyiswe esibhedlela ngemuva kokushawa abantu abadayisa emgwaqeni kanye nabanini bezitolo.

UBooysen uphinde wathi: "kunokukhwabanisa okuningi ebhodini elengamele izikole, abafundi bafuna uhulumeni aphenye.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

 - Thola ezinye izindaba zeDaily Sun kumakhalekhukhwini wakho

 - Thola izindaba zeDaily Sun kuFacebook


We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
67% - 938 votes
No! It's time to move on ...
33% - 455 votes
Vote
Rand - Dollar
18.81
+1.1%
Rand - Pound
23.51
+1.2%
Rand - Euro
20.12
+1.4%
Rand - Aus dollar
12.29
+0.9%
Rand - Yen
0.12
+2.4%
Platinum
922.90
-0.3%
Palladium
960.50
-3.0%
Gold
2,338.19
+0.3%
Silver
27.27
-0.6%
Brent Crude
89.01
+1.1%
Top 40
69,358
+1.3%
All Share
75,371
+1.4%
Resource 10
62,363
+0.4%
Industrial 25
103,903
+1.3%
Financial 15
16,161
+2.3%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE