Share

Abafundi ecaleni lokushaya owesifazane

Cape Town – Abafundi abahlanu besikhungo semfundo ephakeme basolwa ngokuthela ngesibhaxu owesifazane oneminyaka engu-52 ubudala waseCape Town ngokusho kwabezindaba.  

Kubikwa ukuthi bavulelwe icala laba bafundi ngokuhlukumeza uDeila Adonis endaweni yokupaka izimoto enkundleni yezemidlalo eClaremont eCape Town ngenyanga eyedlule lapho ebesebenza khona ukuhlanza le nkundla ngokubika kwephephandaba iThe Star.

Ngokombiko u-Adonis wazakhela isigcwagcwa ngokusiza owesilisa owayeshaywa yilaba bafundi. Kuthiwa bambuza ukuthi umsizeleni ngokumbizela usizo ngemuva kokuba bemshayile.

OLUNYE UDABA: Isimanga abafundi bethenga umuthi wentando

“Bangibuza ukuthi ukuthi ngimsizeleni,” kuchaza u-Adonis.

Kubikwa ukuthi oyedwa walaba bafundi wamkhahlela wawa phansi u-Adonis ngesikhathi esephansi babe sebemhlanganyela beshintshana ngaye bemkhahlela yonke indawo emzimbeni.

Okhulumela amaphoyisa uFrederik van Wyk utshele leli phephandaba ukuthi amaphoyisa aphenya icala lokushaya.

     - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

     - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
67% - 949 votes
No! It's time to move on ...
33% - 465 votes
Vote
Rand - Dollar
18.80
+1.1%
Rand - Pound
23.49
+1.3%
Rand - Euro
20.10
+1.5%
Rand - Aus dollar
12.28
+1.0%
Rand - Yen
0.12
+2.8%
Platinum
923.40
-0.2%
Palladium
957.50
-3.3%
Gold
2,336.75
+0.2%
Silver
27.20
-0.9%
Brent Crude
89.01
+1.1%
Top 40
69,358
+1.3%
All Share
75,371
+1.4%
Resource 10
62,363
+0.4%
Industrial 25
103,903
+1.3%
Financial 15
16,161
+2.2%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE