Share

AbakwaMandela bathembise ngokuzinakekela izinkomo - NSPCA

Johannesburg - Umndeni kalowo owayengumengameli kuleli uNelson Mandela usuzibophezele ekuqinisekiseni ukuthi izinkomo ezisemzini kaMandela, eQunu, zinakekelwa ngendlela, kusho i-NSPCA ngoLwesithathu.

Uphiko oluvikela izilwane zasemakhaya olungaphansi kweNational Council of Societies for the Prevention of Cruelty to Animals (NSPCA) lusanda kuhlola lezi zinkomo ngemuva kokwanda kwezikhalazo.

Umhloli omkhulu uNavesh Singh uzwakalise ukuthi amadlelo awasemahle, nokho wathi izinkomo ziyanikezwa ukudla yize kungenele.

OLUNYE UDABA: Omba amathuna ubonakale kwaMandela eQunu

I-NSPCA iphakamise ukuthi lezi zinkomo ziphungulwe ukuze zinakekeleke kahle.

USingh uthe umndeni wakwaMandela usebenzisana kahle kakhulu nabo.

Ngo-Agasti, iphephandaba iSunday Times labika ukuthi uhulumeni wase-Eastern Cape waqasha odokotela bezilwane waphinde wahlinzeka lezi zinkomo ezingu-96 ngokudla.

Owomndeni uMandla Mandela kuthiwa wavuma ukuthi banenkinga ngezinkomo wathi umndeni uphezu kwemizamo ethize.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think corruption-accused National Assembly Speaker Nosiviwe Mapisa-Nqakula will survive a motion of no confidence against her?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, her days are numbered
41% - 433 votes
Yes, the ANC caucus will protect her
59% - 621 votes
Vote
Rand - Dollar
18.96
-0.1%
Rand - Pound
23.92
-0.1%
Rand - Euro
20.43
+0.0%
Rand - Aus dollar
12.35
-0.0%
Rand - Yen
0.13
-0.1%
Platinum
908.05
+1.2%
Palladium
1,014.94
+1.3%
Gold
2,232.75
-0.0%
Silver
24.95
-0.1%
Brent Crude
87.00
+1.8%
Top 40
68,346
0.0%
All Share
74,536
0.0%
Resource 10
57,251
0.0%
Industrial 25
103,936
0.0%
Financial 15
16,502
0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE