Share

Abazali bathi bazoqhubeka nokuvala amasango ezikole

Johannesburg - Abazali basePort Elizabeth sebethembise ngokuqhubeka nokuvala amasango ezikole endaweni kuze kube uMnyango wezeMfundo uhlinzeka ngabanye othisha.

Izikole ezingu-13 zamabanga aphansi zavalwa ngabazali kuqala isonto bekhala ngokushoda kothisha.

Abazali baphinde baphoqa izikole ukuba zidube i-Annual National Assessment.

Funda nalolu daba: Inyunyana ayifuni kuvulwe izikole.

UChief Khoisan, ongumzali wengane efuna e-Astra Primary school, uthe: "Njengomzali ngibona ukuthi uhulumeni usenzela phansi ngezithembiso azenza kubantu.”

“Uhulumeni wehlulekile ukufezekisa ithembiso ngoba izingane zethu azinabo othisha emaklasini, ngakho njengabazali sesithathe isinqumo sokuvala amasango ezikole kuze kube izimfuno zethu ziyahlangabezwa,” usho kanje.



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do airplane mishaps have any effect on which airline you book your flights with?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, these things happen. I pick based on price
49% - 1030 votes
Yes, my safety matters. I don't take any chances
51% - 1093 votes
Vote
Rand - Dollar
19.21
-0.5%
Rand - Pound
23.95
-0.7%
Rand - Euro
20.56
-0.5%
Rand - Aus dollar
12.48
-0.7%
Rand - Yen
0.12
-0.2%
Platinum
912.40
-0.8%
Palladium
1,005.00
-2.1%
Gold
2,314.58
-0.3%
Silver
27.17
-0.5%
Brent Crude
88.42
+1.6%
Top 40
68,574
+0.8%
All Share
74,514
+0.7%
Resource 10
60,444
+1.4%
Industrial 25
104,013
+1.2%
Financial 15
15,837
-0.4%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE