Share

Abefundisi bamukele umnikelo ka-TB Joshua

Johansnesburg - Isenzo sikamfundisi waseNigeria u-TB Joshua sokunikelela umndeni ngamunye ngo-R50 000 ngezisulu ezashona kudilika isonto, samukelwe ngezandla ezimhlophe ngabefundisi, kusho uMahikeng Ministers Fellowship (MMF) ngoMgqibelo.

"IMahikeng Ministers Fellowship iyawamukela umnikelo wemali engaphezu kuka-R4 million njengokumemezela kwebandla iSynagogue Church of All Nations ukuze kusizwe imindeni eyalahlekelwa ngomngcwabo,” kusho uSihlalo we-MMF uZandisile Mpame.

"Ukumenyezelwa kosizo akusimangazanga thina esimaziyo u-TB Joshua nemisebenzi yakhe emihle ayenzela abantu umhlaba jikelele.”

OLUNYE UDABA: Umfundisi wakuleli uvikele u-TB Joshua

NgoLwesihlanu, ibandla likaJoshua likhiphe isitatimende lizwakalisa ukuthi lizonikelela umndeni ngamunye ngo-R50 000 ukuze usizakale uma usungcwaba.

Okhulumela ibandla uKirsten Nematandani uthe benze uphenyo umuzi nomuzi, kwabacacela ukuthi la bantu abashona iningi labo yilo elalibeka isinkwa etafuleni.




 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
How often do you go to the cinema to watch new movies?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Often - nothing beats the big screen
2% - 26 votes
Hardly - I prefer streaming online
66% - 722 votes
Sometimes - it depends on the film release
31% - 342 votes
Vote
Rand - Dollar
19.15
-0.7%
Rand - Pound
23.82
-0.6%
Rand - Euro
20.39
-0.5%
Rand - Aus dollar
12.30
-0.5%
Rand - Yen
0.12
-0.6%
Platinum
950.40
-0.3%
Palladium
1,028.50
-0.6%
Gold
2,378.37
+0.7%
Silver
28.25
+0.1%
Brent Crude
87.29
-3.1%
Top 40
67,190
+0.4%
All Share
73,271
+0.4%
Resource 10
63,297
-0.1%
Industrial 25
98,419
+0.6%
Financial 15
15,480
+0.6%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE