Share

Abesifazane bazwakalise ilaka labo ngokumasha nqunu

Tzaneen - Iqulu labesifazane selimashele esiteshini samaphoyisa iLetsitele ,eTzaneen, eLimpopo ngoLwesihlanu liveze imizimba likhala ngokuthi lifuna kukhululwe amalungu omphakathi ayishumi aboshiwe ngecala lokushisa, kubike iSABC ngoLwesihlanu.

Ngokusho kweSABC la malungu asolwa ngokushisa umuzi wenduna yendawo abayisola ngokuthi iyathinteka ekufeni kowesifazane endaweni.

Kuthiwa lona wesifazane utholakale eshile ehlathini eliseduze ngenyanga edlule.

Okhulumela amaphoyisa uMoatshe Ngoepe usongele ukubabopha laba besifazane abebengagqokile ngokuphelele.

“Ngaphambi kokuthi abantu bangene emgwaqeni bamashe kumele bathole imvume kuqala. Akekho umuntu ovumeleke ukumasha engagqokile ngoba lokho kuyicala,”

“Sizoqinisekisa ukuthi labo ababoshiwe babhekana nengalo yomthetho ngokugcwele. Bazovela ngoMsombuluko phambi kweNkantolo yeMantshi  ngamacala okudala uthuthuva emphakathini, elokushisa nokungaziphathi kahle. Sisaqhubeka nophenyo,” kusho uNgoepe.




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
67% - 953 votes
No! It's time to move on ...
33% - 465 votes
Vote
Rand - Dollar
18.80
+1.1%
Rand - Pound
23.49
+1.3%
Rand - Euro
20.10
+1.5%
Rand - Aus dollar
12.28
+1.0%
Rand - Yen
0.12
+2.8%
Platinum
923.40
-0.2%
Palladium
957.50
-3.3%
Gold
2,336.75
+0.2%
Silver
27.20
-0.9%
Brent Crude
89.01
+1.1%
Top 40
69,358
+1.3%
All Share
75,371
+1.4%
Resource 10
62,363
+0.4%
Industrial 25
103,903
+1.3%
Financial 15
16,161
+2.2%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE