Johannesburg - Abeqembu leDA ngeSonto batshele abe-SA Airways ukuba limiswe ibamba lesikhulu esiphezulu uNico Bezuidenhout esikhundleni kulandela imibiko yangaphambilini.
"Imibiko yanamuhla iqinisekise ukuthi uMnz uBezuidenhout udukise abakwa-SAA kanti akanaso isitifiketi seBCom degree noma se-MBA njengoba kwakusho iCV yakhe nombiko weSAA wonyaka," kusho oweDA uNatsha Michael esitatimendeni.
OLUNYE UDABA: Iqiniso ngebamba lesikhulu esiphezulu sakwa-SAA
"Kuyacaca ukuthi uMnz uBezuidenhout ubaluthile abakwa-SAA ngakhoke kumele agudluke."
- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho
- Landela IzindabaNews24 kuTwitter
We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.