Share

Akwakhiwe izindlu esikhundleni sezikhova - IFP

Johannesburg - UMkhandlu waseGoli kumele uzamele abantu izindlu zokuhlala ezisezingeni elifanele esikhundleni sokuchitha izizumbulu kuthengwa izikhova ekuthiwa zizodla amagundane, kusho i-IFP.

"Umkhandlu usubeke eceleni u-R2.5 million ngenhloso yokulwisana nenkinga yamagundane ahlasele e-Alexandra, nokuyimali i-IFP ebona kungangcono ukuthi isetshenziswe ekutheni abantu bakhelwe izindlu," kusho okhulumela iNkatha Freedom Party uPetros Sithole.

"Inkinga yamagundane iyoxazululwa ukwakhiwa kwezindlu ezifanele ukuhlala abantu. Le nto eyenziwayo njengamanje ingukumosha imali nje qha.

OLUNYE UDABA: Usana ludliwe amagundane lwaze lwashona

"Uhulumeni uhudula izinyawo ekuletheleni abantu abahlala emijondolo intuthuko. Sicela i-SA Local Government Association ukuba ingenelele iphinde iyale omasipala ukuthi babhekane kanjani nale nkinga,” esho.

Umkhandlu uveze ukuthi uzosebenzisa izikhova njengengxenye yokulwisana namagundane.

Lolu hlelo lubala umuthi wokubulala amagundane nokusebenzisa onoxhaka.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
How often do you go to the cinema to watch new movies?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Often - nothing beats the big screen
2% - 26 votes
Hardly - I prefer streaming online
66% - 732 votes
Sometimes - it depends on the film release
32% - 354 votes
Vote
Rand - Dollar
19.15
-0.7%
Rand - Pound
23.82
-0.6%
Rand - Euro
20.39
-0.5%
Rand - Aus dollar
12.30
-0.5%
Rand - Yen
0.12
-0.6%
Platinum
950.40
-0.3%
Palladium
1,028.50
-0.6%
Gold
2,378.37
+0.7%
Silver
28.25
+0.1%
Brent Crude
87.29
-3.1%
Top 40
67,190
+0.4%
All Share
73,271
+0.4%
Resource 10
63,297
-0.1%
Industrial 25
98,419
+0.6%
Financial 15
15,480
+0.6%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE