Share

Alaziwa namanje ikusasa lezikhulu zeNPA - Masutha

Cape Town - Ungqongqoshe wezobulungiswa uMichael Masutha ngoLwesine uthe okwamanje akakazi ngekusasa lesikhulu seNPA uMxolisi Nxasana noma ngokumiswa kwezinye zezikhulu zeNPA.

UNxasana sekuphele izinyanga ezine elwisana nemizamo yokuxoshwa kwakhe kusukela uMengameli uJacob Zuma amemezela ukuthi kuzoqaliswa uphenyo mayelana nokuthi kufanele yini aqhubeke nomsebenzi wakhe.

Funda nalolu daba: Kuboshwe 2 ngelokubulala.

"Okwamanje asikafinyeleli esikhathini sokwenza isimemezelo ngalolu daba ngoba lusasezandleni zehhovisi lethu nelikamengameli,” kusho uMasutha etshela izintatheli.

Uphinde wakuqinisekisa ukuthi ihhovisi likamengameli lizama ukuluqedela ngaphandle kwenkantolo lolu daba.



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
0% - 0 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
0% - 0 votes
Vote
Rand - Dollar
19.15
-0.7%
Rand - Pound
23.82
-0.6%
Rand - Euro
20.39
-0.5%
Rand - Aus dollar
12.30
-0.5%
Rand - Yen
0.12
-0.6%
Platinum
950.40
-0.3%
Palladium
1,028.50
-0.6%
Gold
2,378.37
+0.7%
Silver
28.25
+0.1%
Brent Crude
87.29
-3.1%
Top 40
67,190
+0.4%
All Share
73,271
+0.4%
Resource 10
63,297
-0.1%
Industrial 25
98,419
+0.6%
Financial 15
15,480
+0.6%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE