Share

Amabandla adumele ngokuziphatha kukaZuma ePhalamende

Cape Town –  Iyadumaza indlela uMengameli Jacob Zuma aphendule ngayo ePhalamende ngemuva kwenkulumo mpikiswano yesabelomali yehhovisi lakhe, ngokusho kweSouth African Council of Churches.

“Indlela umengameli aziphathe ngayo ePhalamende kuleli sonto iyadumaza futhi imehlisa isithunzi njengoMengameli wezwe,” kusho le nhlangano yamabandlakwisitatimende ngoLwesihlanu.

ISACC izwakalise ukudumala ngendlela uZuma aphendule ngayo Lwesithathu lapho egxeke khona amaqembu aphikisayo ngokugxila odabeni lomuzi wakhe waseNkandla okwasetshenziswa izigidi uthuthukiswa.

OLUNYE UDABA: Ivideo: Ilungu lePhalamende libuka ucansi kwiselula

Le nhlangano iphinde yadlulisa okunye ukukhathazeka ngombiko kaNgqongqoshe wamaPhoyisa uNkosinathi Nhleko oveze ukuthi ayikho imali ezokhokhwa uZuma ngokuthuthukiswa kwezokuphepha komuzi wakhe. 

“Kuyasikhathaza ukuba yisahluleki kukamengameli nongqongqoshe bakhe ukwamukela okulungile nokungalungile,” kusho umengameli weSACC uZipho Siwa kwisitatimende.

“Ukubona ongqongqoshe bevikela into esobala necacile kwehlisa isithunzi nokuthembeka kubaholi bethu bezwe.”

        - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

          - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think Minister Blade Nzimande made the right call to dissolve the NSFAS board?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, NSFAS mismanagement is costing students
25% - 42 votes
No, it's suspicious given that he's implicated
75% - 126 votes
Vote
Rand - Dollar
19.01
-0.2%
Rand - Pound
23.64
-0.1%
Rand - Euro
20.17
-0.1%
Rand - Aus dollar
12.21
+0.1%
Rand - Yen
0.12
-0.1%
Platinum
984.20
+0.7%
Palladium
1,035.50
-1.4%
Gold
2,387.67
+0.2%
Silver
28.85
-0.1%
Brent Crude
90.10
-0.4%
Top 40
68,349
0.0%
All Share
74,519
0.0%
Resource 10
63,879
0.0%
Industrial 25
100,148
0.0%
Financial 15
15,828
0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE