Share

Amadoda angu-28 avele enkantolo ngamacala okubulala

Johannesburg – Abesilisa abangu-28 bavele eNkantolo yeMantshi yaseCarletonville eGoli ngecala lokubulala amadoda amabili.

Lokhu kuvezwe nguLt-Col Khensani Magoai okhulumela amaphoyisa aseGauteng ngoMsombuluko.

“La madoda avele phambi kweMantshi ngoMsombuluko kanti abhekene necala lokubulala abantu ababili kanti icala labo luhlehliselwe uLwesibili,” kusho uMogiai.  

OLUNYE UDABA: Kuboshwe 5 ngelokubulala eMuldersdrift

Uqhuba uthi laba besilisa ababoshiwe abaneminyakeni ephakathi kuka-22 no-42 ubudala baboshwe ngeSonto eCarletonville entshonalanga yeGoli ngemuva kokubhaxabulwa kowesilisa nokutholakala komzimba eBlyvoor Block 8.  

UMogoai uthe kwaba nokudubulana kule ndawo ngoMgqibelo ebusuku.

“Ngesikhathi amaphoyisa eqhuba uphenyo kule ndawo athole owesilisa obelimele kanzima amphuthumisa esibhedlela wafika waphangalela khona,” echaza.

Uqhuba uthi omunye umuntu wesilisa utholwe edutshuliwe khona endaweni kanti umphakathi iwona okhombe abasolwa.


    - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

     - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do airplane mishaps have any effect on which airline you book your flights with?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, these things happen. I pick based on price
49% - 509 votes
Yes, my safety matters. I don't take any chances
51% - 534 votes
Vote
Rand - Dollar
19.11
+0.4%
Rand - Pound
23.80
-0.4%
Rand - Euro
20.46
-0.0%
Rand - Aus dollar
12.40
-0.2%
Rand - Yen
0.12
+0.4%
Platinum
920.40
-1.1%
Palladium
1,026.50
+1.1%
Gold
2,322.61
-0.2%
Silver
27.34
+0.6%
Brent Crude
87.00
-0.3%
Top 40
68,051
+0.8%
All Share
74,011
+0.6%
Resource 10
59,613
-2.2%
Industrial 25
102,806
+1.7%
Financial 15
15,897
+1.8%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE