Kimberely – Amaphoyisa aseNorth West aphenya icala
lokuhlukunyezwa kosana ngemuva kokuba lushiswe ngamanzi abilayo eMmabatho.
“Uphenyo
luyaqhubeka ngokusha kwalolu sana oluneminyaka emibili ubudala kanti okwamanje
bekungakaboshwa muntu,” kusho uColonel Sabata Mokgwabone.
OLUNYE UDABA: Zimkhalele olume usana lwakhe
Kubikwa ukuthi lolu
sana lushiswe ngamanzi abilayo ezinqeni enkulisa ngoLwesine kodwa udaba lokusha
kwalo luze lwabikwa emaphoyiseni ngoMgqubelo.
“Kusolwa ukuthi lolu sana lagezwa
ngesinye sezisebenzi kule nkulisa ngamanzi abilayo,” kusho uMokgwabone.
- “Like”
ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho
- Landela
IzindabaNews24 kuTwitter
We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.