Share

Amaphoyisa aphenya udlame lwasehostela eMlazi

Durban - Amaphoyisa aseThekwini aphenya ngokuhlaselwa kwabantu okuqhubekayo ehostela yaseGlebelands eMlazi.

Ngokombiko wezindaba ze-SABC bangu-14 abantu asebebulewe kuleli hostela kulezi zinyanga ezine ezedlule.

NgoLwesibili uSihlalo webhuloho ehostela nomngani wakhe baphunyuke ngembobo yenaliti ekufeni ngesikhathi behlaselwa.

Kusolakala ukuthi lokhu kuhlasela kuhambisana nokwabelana ngezindlu kuleli hostela.

Kuthiwa abahlaseli basola lo Sihlalo ngokudayisa izindlu zaleli hostela kubantu abangaziwa.  

Inhlangano ebhekelela abahlali basemahostela ebizwa ngokuthi Ubunye Bamahostela ithe akuvumelekile ukudayiswa kwezindlu emahostela.

“Labo abadayisa ngezindlu emahostela kumele baboshwe kunokuthi badutshulwe noma bavotelwe ukuthi bakhishwe,” kusho uMthembeni Thusi okhulumela le nhlangano.  

Okhulumela amaphoyisa uCaptain Thulani Zwane uthe sebandise isibalo samaphoyisa azoqapha isimo ubusuku nemini kule ndawo. “Bakhona futhi esesibabophile ngokubulawa kwabantu kuyona le ndawo,” kusho uZwane.   



   - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

       - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think Minister Blade Nzimande made the right call to dissolve the NSFAS board?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, NSFAS mismanagement is costing students
34% - 447 votes
No, it's suspicious given that he's implicated
66% - 856 votes
Vote
Rand - Dollar
19.02
-0.2%
Rand - Pound
23.65
-0.1%
Rand - Euro
20.21
-0.3%
Rand - Aus dollar
12.19
+0.3%
Rand - Yen
0.12
-0.0%
Platinum
975.50
-0.0%
Palladium
1,011.00
-1.2%
Gold
2,396.13
+0.5%
Silver
28.37
-1.8%
Brent Crude
90.10
-0.4%
Top 40
66,902
-2.1%
All Share
73,000
-2.0%
Resource 10
61,638
-3.5%
Industrial 25
98,321
-1.8%
Financial 15
15,650
-1.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE