Share

Amaphoyisa axwayise ngamampunge ezinkundleni zokuxhumana

Johannesburg – Amaphoyisa aKwaZulu Natal asenxuse umphakathi ukuthi uhlukane nokusabalalisa imiyalezo engamampunge ngokuhlaselwa kwabokufika ezinkundleni zokuxhumana.

“Sesiqaphele ngokukhulu ukushaqeka ukuthi kunamahlebezi asesabalele ezinkundleni zokuxhumana abhebhethekisa udlame olubhekiswe kwabokufika.

OLUNYE UDABA: Ingamampunge eyemiyalezo esabalele kwezokuxhumana

Kunemiyalezo engamampunge ethi kunamatekisi noma izitimela ezithwala abantu zibayise ezindaweni ezahlukene ukuyohlasela abantu bokufika.

Sinxusa abantu ukuba baziphathe ngezindlela ezifanele ngalesi sikhathi baziqhelelanise nokusabalalisa ulwazi olubhebhethekisa udlame nemiyalezo engeyona iqiniso.”

Kulolu dlame olubhekiswe kwabokufika sekubulawe abantu abayisthupha kanti sekuboshwe abangu-112 kusukela ngoLwesihlanu olwedlule KwaZulu Natal nje kuphela.

      - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

        - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Now that e-tolls gantries have been switched off, will you be settling your outstanding debt?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No way, they're not getting a cent from me
88% - 1869 votes
Yes, I guess it's the right thing to do
4% - 77 votes
Mmh, I'm watching legal cases and playing it by ear
9% - 183 votes
Vote
Rand - Dollar
19.00
+0.0%
Rand - Pound
23.70
-0.1%
Rand - Euro
20.30
-0.0%
Rand - Aus dollar
12.25
-0.1%
Rand - Yen
0.12
-0.0%
Platinum
948.30
-0.5%
Palladium
1,038.00
+0.3%
Gold
2,375.76
+0.6%
Silver
28.46
+0.8%
Brent Crude
87.29
-3.1%
Top 40
66,899
0.0%
All Share
72,995
0.0%
Resource 10
63,378
0.0%
Industrial 25
97,824
0.0%
Financial 15
15,384
0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE