Share

Amasosha aphuthume abakuleli kolwaseNigeria

Pretoria – Kubonakale abombutho wezempi bephuthuma besiza abantu bakuleli abalimele abatheleke besuka eNigeria kulandela ukubhidlika kwesakhiwo sesonto.

Ithe nje indiza i-C130 SA Air Force ihlala eSwartkop Air Force Base, ePitoli, kwakhona abantu abaphuthunyiswa esibhedlela.

Iningi leziguli likhishwe kule ndiza ngohlaka.

Owesifazane obegqoke ingubo ebomvu, obexhakwe ngamasosha, uxhugele waze wayongena ku-ambulensi ebilindile.

OLUNYE UDABA: Abazalwane bakuleli baphindele kweka-TB Joshua

Inhlabaluhide yezimoto zamaphoyisa kaMasipala waseTshwane nawe-SA Police Service beziphelezela ama-ambulensi.

Amalungu ethimba likahulumeni, abeholwa nguNgqongqoshe eHhovisi likaMengameli uJeff Radebe, abonakale esondela ebhanoyini ebelithwele abantu abangu-26 abalimele.

Kulaba abalimele kubalwa nezingane ezintathu, okubalwa usana olunezinyanga ezingu-18 ubudala nolunye oluneminyaka emibili ubudala, zombili ezilahlekelwe abazali bazo kule nhlekelele.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter



We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
67% - 963 votes
No! It's time to move on ...
33% - 467 votes
Vote
Rand - Dollar
18.76
+1.4%
Rand - Pound
23.43
+0.3%
Rand - Euro
20.08
+0.2%
Rand - Aus dollar
12.25
+0.3%
Rand - Yen
0.12
+0.2%
Platinum
924.10
-0.0%
Palladium
959.00
+0.1%
Gold
2,337.68
0.0%
Silver
27.19
-0.0%
Brent Crude
89.50
+0.6%
Top 40
69,358
+1.3%
All Share
75,371
+1.4%
Resource 10
62,363
+0.4%
Industrial 25
103,903
+1.3%
Financial 15
16,161
+2.2%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE