Share

Amatekisi abuyela emgwaqeni eThekwini

Durban - UMasipala waseThekwini kanye neSouth African Taxi Council (Santaco) sebefinyelele esivumelwaneni ngemuva kosuku lwemibhikisho enodlame eThekwini namaphethelo.

Unobhalala weSantaco KwaZulu-Natal, uYusuf Khaliva, uthi amatekisi azobuyela emgwaqeni ngoLwesithathu.

Amakhulu abashayeli bamatekisi akhiphe ngendluzula abagibeli ematekisini, ashaya amabhasi kamasipala abethwele abagibeli ngoLwesibili.

Funda nalolu daba: Ulimale kanzima owesifazane ophume isiteleka sihamba

ISantaco ibize isiteleka ngenhloso yokubhikishela uhlelo lwezimvume zokusebenza kwamatekisi. UKhaliva uthi bebefuna nokuthi umasipala udedele amatekisi alinganiselwa kwangu-300 aboshiwe.

“Izinkinga ebesikhala ngazo zizobhekwa futhi izimoto zizodedelwa isimo sibuyele kwesejwayelekile. Ezinye izingxoxo zizobuye zibanjwe ngokuhamba kwesikhathi,” kusho uKhaliva, kubika iSABC.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
65% - 420 votes
No! It's time to move on ...
35% - 231 votes
Vote
Rand - Dollar
19.03
+1.0%
Rand - Pound
23.81
+0.6%
Rand - Euro
20.42
+0.6%
Rand - Aus dollar
12.39
+0.7%
Rand - Yen
0.12
+1.1%
Platinum
920.80
+0.9%
Palladium
984.50
-2.0%
Gold
2,329.54
+0.6%
Silver
27.35
+0.7%
Brent Crude
88.02
-0.5%
Top 40
68,437
-0.2%
All Share
74,329
-0.3%
Resource 10
62,119
+2.8%
Industrial 25
102,531
-1.4%
Financial 15
15,802
-0.2%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE