Share

Angikalubheki udaba lukaZuma - Nhleko

Johannesburg  - UNgqongqoshe wamaPhoyisa uNathi Nhleko akakaqali ukubheka udaba luka Mengameli uJacob Zuma lokuthi kumele akhokhe ingxenye yemali eyasetshenziswa ngesikhathi kulungiswa umuzi wakhe oseNkandla, kubike iphephandaba iBeeld ngoLwesithathu.

UNhleko utshele leli phephandaba ngoLwesibili ukuthi angeke alubheke loludaba lungaka lungiswa  olwasePhalamende.

"Umbiko kamengameli usasezandleni zephalamende, ngakho-ke kumele lulungiswe khona," usho kanje.

"Ngokwemibandela yamaphoyisa ngizophenya ngodaba lwaseNkandla uma iPhalamende seliqedile."

Embikweni kaMvikeli woMphakathi, uThuli Madonsela, wadalula ukuthi umengameli kufanele akhokhe yonke imali engahlangene nokuqiniswa kwezokuphepha.

Eziphendulela, uZuma wakucacisa ukuthi uNhleko kusafanele enze isinqumo sokuthi kufanele yini ayikhokhe le mali.

Iphalamende kumanje lihlanganisa ikomidi lamaqembu ephalamende elizobhekana nempendulo kaZuma nodaba lomuzi oseNkandla.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do airplane mishaps have any effect on which airline you book your flights with?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, these things happen. I pick based on price
49% - 1009 votes
Yes, my safety matters. I don't take any chances
51% - 1052 votes
Vote
Rand - Dollar
19.23
-0.6%
Rand - Pound
23.94
-0.6%
Rand - Euro
20.55
-0.5%
Rand - Aus dollar
12.48
-0.7%
Rand - Yen
0.12
-0.3%
Platinum
913.70
-0.7%
Palladium
1,007.50
-1.8%
Gold
2,318.95
-0.1%
Silver
27.19
-0.4%
Brent-ruolie
88.42
+1.6%
Top 40
68,574
+0.8%
All Share
74,514
+0.7%
Resource 10
60,444
+1.4%
Industrial 25
104,013
+1.2%
Financial 15
15,837
-0.4%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE