Share

Asaqhubeka nokutheleka awokududuza abakwaMhere

Johannesburg – Lowo obengumethuli wezinhlelo zethelevishini uSimbarashe "Simba" Mhere uzokhunjulwa ngekhono abenalo lokukwazi ukuthatha izinhliziyo zababukeli, kusho i-SABC.

"Uzokhumbuleka kakhulu ngezwi lakhe elimtoti ebelikwenza ubuke noma ubunganakile. Akekho oyokhohlwa umfutho abenawo kanye nokuhlezi emamatheka kwakhe,” kusho okhulumela lo msakazeli uKaizer Kganyago esitatimendeni.

"Utshengise ukuzimisela ewenza ngendlela encomekayo umsebenzi wakhe.”

UMhere ushone engozini yemoto eyenzeke eGoli ngoMgqibelo ekuseni.

OLUNYE UDABA: Silahlekelwe kakhulu ngoSimba - IFP

UNgqongqoshe wezokuThutha uDipuo Peters ukhalisane nomndeni, kubika iSunday Independent.

Umsakazi weMetro FM uMojota “Phat Joe” Kambule uthi ngeke akwazi ukuchaza ubuhlungu abuzwile ngesikhathi ethola izindaba ngokushona kukaMhere.

Umethuli weLive Amp, uLuthando Shosha uthe: “Ngishaqekile ngokudlula emhlabeni komuntu obelunge kangaka.
Kuqinisiwe uma kuthiwa laba abalungile bahamba kuqala.”



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think corruption-accused National Assembly Speaker Nosiviwe Mapisa-Nqakula will survive a motion of no confidence against her?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, her days are numbered
41% - 558 votes
Yes, the ANC caucus will protect her
59% - 802 votes
Vote
Rand - Dollar
18.88
+0.3%
Rand - Pound
23.86
+0.2%
Rand - Euro
20.39
+0.2%
Rand - Aus dollar
12.31
+0.2%
Rand - Yen
0.12
+0.2%
Platinum
908.05
0.0%
Palladium
1,014.94
0.0%
Gold
2,232.75
-0.0%
Silver
24.95
-0.1%
Brent Crude
87.00
+1.8%
Top 40
68,346
0.0%
All Share
74,536
0.0%
Resource 10
57,251
0.0%
Industrial 25
103,936
0.0%
Financial 15
16,502
0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE