Share

Asifuni ukuziphindiselela, kusho umama kaReeva

Pretoria – Umama wentombi yomsubathi u-Oscar Pistorius, uReeva, ukhulume wathi abafune kuziphindiselela, esho ngemuva kokuthi lo mgijimi egwetshwe iminyaka emihlanu ebhadla ejele.

UJune Steenkamp utshele umsakazeli waseBrithani ukuthi “wenelisekile” ngesigwebo esitholwe nguPistorius yize noma sichaza ukuthi angabe esephumile ejele ngemuva kwezinyanga ezingu-10.

“Asifuni ukuziphindiselela, sifuna ajeze ngendlela efanele yena njengomuntu okhubazekile.

OLUNYE UDABA: Abalamana no-Oscar bayabhoboka

"Besingeke sithande ukuthi aye ejele bese eyohlukunyezwa kepha futhi akumele aphile ntofontofo ngoba awukwazi ukuhambe ubulala abantu bese kuphela kanjalo.”

UPistorius ungumsubathi wokuqala okhubazekile ukugijima nabasubathi abangakhubazekile kowe-2012 London Olympics.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
32% - 429 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
68% - 911 votes
Vote
Rand - Dollar
19.29
-0.7%
Rand - Pound
23.87
-1.1%
Rand - Euro
20.58
-1.2%
Rand - Aus dollar
12.38
-1.1%
Rand - Yen
0.12
-1.2%
Platinum
943.50
+0.0%
Palladium
1,034.50
-0.1%
Gold
2,391.84
+0.0%
Silver
28.68
+0.0%
Brent Crude
87.29
+0.2%
Top 40
67,314
+0.2%
All Share
73,364
+0.1%
Resource 10
63,285
-0.0%
Industrial 25
98,701
+0.3%
Financial 15
15,499
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE