Share

Asinamgomo ngeNkandla - SIU

Johannesburg - Uphiko iSpecial Investigating Unit (SIU), alunamgomo olubophezela ukuthi lwenze izethulo ngemuva kombiko ongokulungiswa komuzi kaMenganeli uJacob Zuma, kusho uphiko ngoLwesihlanu.

"I-SIU iyakuqonda ukuba magange komphakathi ngombiko. Siyazi ukuthi umphakathi usibhekile emsebenzini esiwenzayo," kusho uMkhulumeli wophiko uBoy Ndala.

NgoLwesine i-SIU yahambisa umbiko wayo ngokulungiswa komuzi kaZuma oseNkandla, nokwadla u-R246 million.

Uhanjiswa nje umbiko, bekusaphele isonto umengameli adlulisa umbiko wakhe kuMkhulumeli wePhalamende uBaleka Mbete.

NgoLwesine, kube nokuphazamiseka kokuqhubeka kwePhalamende ngesikhathi abe-Economic Freedom Fighters, bememeza bethi uZuma akasho ukuthi uzoyikhokha nini imali ekwalungiswa ngayo umuzi wakhe.

UMbete uzame ukukhipha ngaphandle abe-EFF, abakade bememeza bethi uZuma akakhokhe imali.






 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
32% - 423 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
68% - 899 votes
Vote
Rand - Dollar
19.29
-0.7%
Rand - Pound
23.87
-1.1%
Rand - Euro
20.58
-1.2%
Rand - Aus dollar
12.38
-1.1%
Rand - Yen
0.12
-1.2%
Platinum
943.50
+0.0%
Palladium
1,034.50
-0.1%
Gold
2,391.84
+0.0%
Silver
28.68
+0.0%
Brent Crude
87.29
+0.2%
Top 40
67,314
+0.2%
All Share
73,364
+0.1%
Resource 10
63,285
-0.0%
Industrial 25
98,701
+0.3%
Financial 15
15,499
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE