Sike sabhekana nodaba lukaKhalfan Khamis Mohamed noluka-Emmanuel Tsebe, manje sesibhekene nodaba luka-Edwin Samotse.
Akukhona
nje kuphela ukuthi lena yinkinga efanayo, kodwa kungukwehluleka ukuvikela
ilungelo lomuntu lokuphila,” kusho uBertelsmann.
Funda nalolu daba: Izinkumbi kweyesikhumbuzo sikaMeyiwa eThekwini.
"Sekuphinde kwanyathelwa ilungelo lomuntu lokuba aphile. Kukhona okungahambi kahle ngendlela umnyango oqhuba ngayo,” usho kanje.
"Sekuyisikhathi sokuba kubhekwe ukuthi lokhu kuphindeke kanjani futhi,” kuqhuba iJaji.
– "Like"
ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.