Share

Ayikho i-fire pool eQunu - Umzukulu kaMandela

Johannesburg – Umzukulu kaNelson Mandela omdala uNdileka Mandela usephawule ngokunengeka ngemuva kokuba uNgqongqoshe wamaPhoyisa uNkosinathi Nhleko edalule ukuthi umuzi kaMandela osaQunu une-fire pool.

Ngokubika kweSowetanlive uNdileka ucashunwe yiMail and Guardian ethi ayikho i-fire pool emzini kamkhulu wakhe oseQunu e-Eastern Cape futhi iswimming pool ekhona kulo muzi ayikhokhelwanga uhulumeni. 

“Iswimming pool eyakhiwa ngemali kamkhulu wami (Mandela).

Ngehlobo izingani bezivamise ukubhukuda kuyona.

OLUNYE UDABA: Ingane ebihamba ngebhayisikili ibulawe yimoto

Akusetshenziswanga imali kahulumeni ukuthi yakhiwe,” kuchaza uNdileka ngeswimming pool eseQunu.

Ukusho lokhu ephendula uNgqongqoshe uNhleko emizamweni yakhe yokuvikela ukusetshenziswa kuka-R240million owachithwa kuthuthukiswa ezokuphepha emzini kaMengameli Jacob Zuma.

“Satshelwa ukuthi akukaze kube nezinkulumo mayelana ne-fire pool njengoba ikhona naseQunu,” kusho uNhleko etshela iSouth African National Editors Forum ngeSonto eledlule.

Le nkulumo icasule kakhulu umndeni kaMandela njengoba ukuchithile okushiwo uNhleko mayelana ne-fire pool.

      - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

         - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think Minister Blade Nzimande made the right call to dissolve the NSFAS board?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, NSFAS mismanagement is costing students
26% - 68 votes
No, it's suspicious given that he's implicated
74% - 191 votes
Vote
Rand - Dollar
19.02
-0.2%
Rand - Pound
23.66
-0.2%
Rand - Euro
20.20
-0.2%
Rand - Aus dollar
12.22
+0.0%
Rand - Yen
0.12
-0.2%
Platinum
983.20
+0.6%
Palladium
1,038.00
-1.1%
Gold
2,385.36
+0.1%
Silver
28.73
-0.5%
Brent Crude
90.10
-0.4%
Top 40
68,349
0.0%
All Share
74,519
0.0%
Resource 10
63,879
0.0%
Industrial 25
100,148
0.0%
Financial 15
15,828
0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE