Okhulumela uMnyango uSizwe Kupelo uthe laba bangabaseMaplangeni Village, ePeddie.
“Bonke babangwa nezibi, ababili kubona basegumbini labagula kakhulu,” esho.
“Sizama ukuthi kutholakale amasampula alolu bisi abaluphuzile.”
OLUNYE UDABA: Uyavela ophuzise umndeni ushevu
Uthe lesi yisigameko sesibili sokudla ukudla okungalungile esifundazweni ngemuva kokuthi abantu abangu-115 bengeniswe esibhedlela ngemuva kokudla inkomo ezifele.
Indoda, 64, ibe isishonela esibhedlela iHoly Cross.
“Siyacela abantu bahlukane nomkhuba wokudla ingcuba nokudla okonakele,” exwayisa.
- “Like”
ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho
- Landela IzindabaNews24 kuTwitter