Share

Bafuna incazelo ngokuhlukaniswa kwabafundi ngokwebala

Pretoria - Isikole sasePitoli sisolwa ngokuhlukanisa abafundi ngokwebala labo , kubika i-Eye Witness News ngoLwesine.

Balinganiselwa kwabangu 30 abazali kulesi sikole okubikwa ukuthi basayine incwadi befuna isikole iCurro Roodeplaat Private School sibanike incazelo ngalokhu.

Encwadini yabo, abazali banxusa isikole ukuba senze izinto ngokulandela uMthethosisekelo wezwe.

Imenenja yesifunda eCurro Holdings u-André Pollard uyakuphika ukuthi isikole sihlukanisa abafundi baso ngokwebala labo.

Funda nalolu daba: 'Ngeke sitshelwe ukuthi sigqoke kanjani ePhalamende.'

"Akuyona inhloso yethu ukuhlukanisa nabamnyama, inkinga ukuthi lezi zingane zingabangani,” usho kanje.

Abazali kubikwa ukuthi bafuna ukwazi ukuthi kungani kwamanye amaklasi kukhona izingane zabantu abamnyama kuphela, kwamanye kukhona ezabelungu zodwa.

UPollard uthe isibalo sezingane zabantu abamhlophe sincane kakhulu kulesi sikole, ngakho-ke isikole sizama ukubagcina bendawonye.




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think Minister Blade Nzimande made the right call to dissolve the NSFAS board?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, NSFAS mismanagement is costing students
34% - 429 votes
No, it's suspicious given that he's implicated
66% - 833 votes
Vote
Rand - Dollar
19.02
-0.2%
Rand - Pound
23.65
-0.2%
Rand - Euro
20.22
-0.3%
Rand - Aus dollar
12.19
+0.2%
Rand - Yen
0.12
-0.0%
Platinum
979.10
+0.3%
Palladium
1,032.50
+0.9%
Gold
2,384.27
+0.0%
Silver
28.21
-2.3%
Brent Crude
90.10
-0.4%
Top 40
66,902
-2.1%
All Share
73,000
-2.0%
Resource 10
61,638
-3.5%
Industrial 25
98,321
-1.8%
Financial 15
15,650
-1.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE