Share

Bafuna kwengezwe eyekhefu labazithwele

Johannesburg - Izinyunyana zabasebenzi kanye nezinhlangano ezingekho ngaphansi kukahulumeni seziphakamise ukuthi omama banikezwe ikhefu lezinyanga ezingu-11 ngemuva kokubeletha, kusho umbiko wephephandaba iThe Times ngoLwesibili.

Lokhu kulandela inkomfa yakamuva nalapho izinyunyana nalezi zinhlangano ziphakamise khona ukushayisana kwemithetho nemigomo ebekiwe uma kuvunyelwana ngokuthile.

Okunye okuvelile ukuthi abesifazane bazizwa bejeziselwa ukuthola izingane, kubika iphephandaba.

USihlalo weCosatu Gender Forum uSharone Daniels ucashunwe ethi: "Kubukeka sengathi umthetho okhona njengamanje waphasiswa ngaphandle kokucabangela abesifazane ezindaweni zokusebenza.

"Kulo mthetho kwakulindelwe ukuthi abesifazane bakhulelwe bese beba yizigqila emakhaya. Kumele kushintshwe izinto ngenxa yokucabangela abesifazane.”

Abaningi kule nkomfa bathi izinyanga ezine ezinikezwa omama abasanda kubeletha zimfushane kakhulu ukuthi bangabe sebakhe ubudlelwano nezingane zabo.

Owe-SA Chamber of Commerce and Industry uPietman Roos uthe uma selulwa isikhathi somhlabakhefu komama abakhulelwe, ukuqasha abesifazane kungase kubonakale njengento engabeka abesifazane engcupheni yokungaqasheki.

"Ukwenza lokhu kungase kudale ukuthi abesifazane bangayitholi kalula imisebenzi,” esho.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
67% - 963 votes
No! It's time to move on ...
33% - 466 votes
Vote
Rand - Dollar
18.76
+1.4%
Rand - Pound
23.43
+0.3%
Rand - Euro
20.08
+0.2%
Rand - Aus dollar
12.25
+0.3%
Rand - Yen
0.12
+0.2%
Platinum
924.10
-0.0%
Palladium
959.00
+0.1%
Gold
2,337.68
0.0%
Silver
27.19
-0.0%
Brent Crude
89.50
+0.6%
Top 40
69,358
+1.3%
All Share
75,371
+1.4%
Resource 10
62,363
+0.4%
Industrial 25
103,903
+1.3%
Financial 15
16,161
+2.2%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE