Johannebsurg - Abafelokazi abathathu abashonelwa abayeni babo ngesikhathi kuphahlazeka indiza enophephala emhlane eMahlaleni ngo-2010 bafuna amaphoyisa abakhokhele u-R9 million, kubika iBeeld ngoMsombuluko.
Ummeli wabesifazane uBarry Hurter uthe amaphoyisa sekukaningi
emcela ukuba angasifaki isicelo eNkantolo eNkulu yasePitoli.
Funda nalolu daba: Ugxobe 5 wezimoto ugandaganda.
"Kunzima kabi ukuya enkantolo nommeli woMbuso uma amaphoyisa kuyiwona enze iphutha,” kusho uHurter.
Ihhovisi labameli bombuso lithe lizosiphikisa isicelo ngoba
sizolimaza abakhokhibentela.
– "Like"
ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.