Share

Bakhunyuliswe basala nqunu beseshwa

Johannesburg - Abesifazane abayishumi basale ngamasudi esele beseshwa kuthiwa abazithinte ngeminwe ezithweni ngesikhathi kubhekwa ukuthi abayebanga yini imali.

Abasebenzi besitolo esithengisa ngokudla, uPick n Pay, endaweni yaseSherwood eBrakpan bakhulume nabeDaily Sun ngesigameko esenzeka emasontweni edlule.

Bathe abaphathi batshela laba basebenzi ukuba baseshwe ngemuva kokuduka  kwesikhwama semali esasino-R1 000.

AbeDaily Sun bakhulume nomphathi wesitolo sakwaPick n' Pay eSherwood, uPuaulo De Freitas, othe ukusho lokhu ngoba ngeke amelane namasela esitolo sakhe kodwa okwenzekile ubengaqondile ukuba baseshwe ngendlela engafanele.

"Impela ngithumele onogada ukuba baseshe kodwa angishongo ukuthi bakhumule basale nqunu," eqhuba.

Unogada u-Elaine Elliot uthe umphathi utshele yena nomunye ukuba baseshe laba abesifazane ngokucophelela.

"Kuthina lokho bekuchaze ukuthi bakhumule basale nqunu," kusho unogada.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

 - Thola ezinye izindaba zeDaily Sun kumakhalekhukhwini wakho

  - Thola izindaba zeDaily Sun kuFacebook   

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
65% - 182 votes
No! It's time to move on ...
35% - 98 votes
Vote
Rand - Dollar
18.97
+1.3%
Rand - Pound
23.74
+0.9%
Rand - Euro
20.35
+1.0%
Rand - Aus dollar
12.38
+0.8%
Rand - Yen
0.12
+1.4%
Platinum
914.00
+0.2%
Palladium
1,006.50
+0.2%
Gold
2,326.91
+0.5%
Silver
27.38
+0.8%
Brent Crude
88.02
-0.5%
Top 40
68,478
-0.1%
All Share
74,432
-0.1%
Resource 10
61,601
+1.9%
Industrial 25
103,002
-1.0%
Financial 15
15,831
-0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE