Share

Balindiswa esibhedlela sabagula ngenkanda abasolwa

Mbombela - Abalisa abathathu abamataniswa namacala ahlukene okudlwengula, sekuphele iminyaka ephakathi kwemibili nemine belinde ukuqulwa kwamacala abo.

UMajawonke Michael Mlaudzi, 21, utshele iNkantolo yesiFunda eNelspruit, wathi  akasafuni ukubuyela esibedlela ekuhlolwa kuso ingqondo, iWeskoppies Psychiatric Hospital, kusho umbiko wentatheli yeSapa.

UMlaudzi, 21, waliphika icala lokudlwengula owesifazane oneminyaka engu-22 ubudala, waseSchoemansdal.

Selokhu agqunywa esitokisini ngelanga aboshwa ngalo eminyakeni emine edlule ngoFebhuwari 2, 2010.

Utshele inkantolo ukuthi akahlanyi futhi ufuna ukugwetshwa noma akhululwe.

"Ubani owathi angiye eWeskoppies? Angihlanyi futhi angiguli. Kubukeka sengathi alikho iqiniso lana ngoba njalo uma ngifika, ningitshela ngeWeskoppies. Kungani icala lingaqhubeki?" kubuza uMlaudzi.

IMantshi uWillie Wilkens uthe umshushisi uzokwenza konke okusemandleni akhe ukuqinisekisa ukuthi uMlaudzi uyakohlolwa ingqondo bese icala lakhe liphothulwa ngokushesha.

Icala lihlehliselwe uJuni 5.

Omunye osolwa ngokudlwengula, 47, akazange abuzwe ukuthi uyalivuma noma cha yini icala lokudlwengula ingane eneminyaka eyishumu ubudala ePienaar ngaseMbombela, kodwa naye utshelwe ukuba abuyele eWeskoppies ahlale khona kuze kube liyaqhubeka icala ngoJuni 5.

Waboshwa ngoMashi 28, 2012.

Kwelinye icala, umlisa oneminyaka engu-43 ubudala naye osolwa ngokudlwengula, ongakalivumu noma aliphike icala, utshelwe ukuba icala lizothethwa ngoJuni 5.

Yena waboshwa ngoJanuwari 1, 2012.



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).




We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
33% - 39 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
68% - 81 votes
Vote
Rand - Dollar
19.24
-0.4%
Rand - Pound
23.89
-0.3%
Rand - Euro
20.46
-0.4%
Rand - Aus dollar
12.31
-0.1%
Rand - Yen
0.12
-0.7%
Platinum
947.50
-0.3%
Palladium
1,023.50
-0.6%
Gold
2,384.38
+0.2%
Silver
28.26
+0.1%
Brent-ruolie
87.11
-0.2%
Top 40
67,190
0.0%
All Share
73,271
0.0%
Resource 10
63,297
0.0%
Industrial 25
98,419
0.0%
Financial 15
15,480
0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE