Share

Banikwe udilikajele ababulala umlimi nomndeni

Durban - Abalisa abathathu banikwe udilikajele yiNkantolo eNkulu eMgungundlovu ngoLwesithathu ngokubulala izithandani ezazingabalimi kanye nendodana yazo endala.

UZamokuhle Maduna, 19, Siphesihle Ngubane, 20, kanye nomfana oneminyaka engu-17 ubudala, bawavuma amacala okubulala.

Laba, esigwebeni sabo, baphinde bengezelwa ngeminye iminyaka engu-15 ngesihluku ababanaso ngesikhathi bephanga.

Babulala basebeshisa u-Ekard Schutte, 76, ngoMashi 1, ngokuhamba kwesikhathi babulala unkosikazi wakhe u-Elizabeth, 66, nendodana yabo uLutz eneminyaka engu-33 ubudala.

ULutz, obehlala eJalimane, wayefike kuleli ngenhloso yokuzogubha usukulu lokuzalwa lukababa wakhe.

Abameli babamangalelwa bebethemba ukuthi ngeke abamangalelwa banikwe udilikajele njengoba belivumile icala, kodwa iJaji uLouis Barnard akabonanga kanjalo ngoba uthi lesi sehlakalo sasihleliwe.



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
67% - 824 votes
No! It's time to move on ...
33% - 408 votes
Vote
Rand - Dollar
18.87
+0.8%
Rand - Pound
23.61
+0.8%
Rand - Euro
20.24
+0.8%
Rand - Aus dollar
12.33
+0.6%
Rand - Yen
0.12
+1.6%
Platinum
924.50
-0.1%
Palladium
976.00
-1.5%
Gold
2,348.22
+0.7%
Silver
27.61
+0.6%
Brent Crude
89.01
+1.1%
Top 40
69,134
+1.0%
All Share
75,063
+1.0%
Resource 10
62,636
+0.8%
Industrial 25
103,736
+1.2%
Financial 15
15,942
+0.9%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE