Johannesburg - Babalelwa ku-1020 obhejane asebebulewe kuleli laseNingizimu Afrika, kusukela kuqale unyaka ka-2014
Umbuko
ukhoshwe nguMnyango wezeMvelo, uthi izibalo zihlanganiswe kusukela kumhla
lulunye kuJanuwari.
Funda nalolu daba: Kubulawe osolwa ngokuzingela obhejane
Uhulumeni uthi ukhathazekile ngalokhu njengoba kukhomba ngokusobala ukuthi abantu bayishaya indiva imizamo kahulmeni yokulwa nalesi sihlava.
– "Like"
ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.