Share

Baphumile esibhedlela abebebhokodwe yinyathi eKZN

Durban - Usephumile umphathi omkhulu weSimangaliso Wetland Park u-Andrew Zaloumis nomkakhe esibhedlela ngemuva kokuhlaselwa yinyathi epaki eseduzane naseSt Lucia, KwaZulu-Natal.

Omunye wabaqondisi bepaki uTerri Castis utshele abeThe Citizen ukuthi inyathi ibicashe ehlathini elincane ngesikhathi ivuka umbejezana kuqhubeka itour ngowesine ngezithuba zabo-10:00 ekuseni.

OLUNYE UDABA:Inyathi ibhokode ababbili endaweni yezifakashi eKZN

"Zaloumis uvele wama wanganyakaza ukuze abantu abangemuva kwakhe bezokwazi ukubaleka. Le nyathi ibizama ukubaleka ngesikhathi imbhokoda ngezimpondo, umkakhe yamgwaza ethangeni," kusho uCastis.

Izisulu ziphume esibhedlela saseNgwelezana ngezithuba zabo-17:00 ntambamangoLwesine ngemuva kokulimala esigamekweni.

UZaloumis ulindeleke ukuba abuyele maduze emsebenzini.

- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
50% - 2 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
50% - 2 votes
Vote
Rand - Dollar
19.15
-0.7%
Rand - Pound
23.82
-0.6%
Rand - Euro
20.39
-0.5%
Rand - Aus dollar
12.30
-0.5%
Rand - Yen
0.12
-0.6%
Platinum
950.40
-0.3%
Palladium
1,028.50
-0.6%
Gold
2,378.37
+0.7%
Silver
28.25
+0.1%
Brent Crude
87.29
-3.1%
Top 40
67,190
+0.4%
All Share
73,271
+0.4%
Resource 10
63,297
-0.1%
Industrial 25
98,419
+0.6%
Financial 15
15,480
+0.6%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE