Share

Bathatha izinyathelo zomthetho abeGenerations

Johannesburg - Ngemuva kwezingxoxo ezidonse isikhathi eside neziphele kungafinyelelwanga esivumelwaneni futhi kunokudideka okukhulu, abalingisi sebethathe isinqumo sokuthatha izinyathelo zomthetho, kubike iSowetanlive.

Abalingisi baxoshwa ngo-Agasti ngemuva kokungenela isiteleka befuna amaholi angcono.

Inhlangano esungulwe abalingisi abaxoshiwe, iGenerations Actor’s Guild (GAG), ithe: “Kulo lonke uhlelo lwezingxoxo, sixoxisanile nabaqashi bethu abadala sakucacisa ukuthi sizimisele ngokuthi sidingide lolu daba kodwa futhi simile ekutheni sifuna kwenziwe izinguquko kule mboni yezokulingisa. Lokhu namanje asijiki kukhona, kanti sesifake amaphepha kwi-CCMA.”

Funda nalolu daba: ISkeem Sam sizovala isikhala seGenerations.

ICosatu inxuse ababukeli balo mdlalo ukuba bayidube iGenerations kuze kube abalingisi babuyiselwa emsebenzini.

“Siyabonga kakhulu kwiCOSATU, CWUSA, nakawabanye abalingisi nabalandeli bethu ngokukhombisa ukusiseka,” kusho iGAG.



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do airplane mishaps have any effect on which airline you book your flights with?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, these things happen. I pick based on price
49% - 795 votes
Yes, my safety matters. I don't take any chances
51% - 841 votes
Vote
Rand - Dollar
19.14
-0.2%
Rand - Pound
23.79
+0.0%
Rand - Euro
20.46
-0.0%
Rand - Aus dollar
12.45
-0.4%
Rand - Yen
0.12
-0.1%
Platinum
923.60
+0.4%
Palladium
1,022.50
-0.3%
Gold
2,314.41
-0.3%
Silver
27.13
-0.7%
Brent-ruolie
88.42
+1.6%
Top 40
68,462
+0.6%
All Share
74,451
+0.6%
Resource 10
59,852
+0.4%
Industrial 25
103,891
+1.1%
Financial 15
15,918
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE