Share

Batheleke eThekwini abafuna imisebenzi

Durban - Babalelwa ku-3 000 no4 000 abantu batheleka kwelikabanana masonto onke behla benyuka befuna imisebenzi nezindlu, idolobha alikwazi ukumelana nesimo.

Lesi sibalo sibikwe nguSekela womphathi wedolobha uMusa Gumede emhlanganweni wekomidi lomphakathi wezimo eziphuthumayo.

UGumede uhlulekile ukuphendula izincingo nemiyalezo ebilokhe ingenile.Yize kunjalo amalungu ekomidi amabili uChantal Ashbury noBillie Prinsloo basiqinisekisile isibalo.

OLUNYE UDABA:Kuqwashiswa abafuna imisebenzi

U-Ashbury uthe: "Idolobha alazi kumele lenze njani.Azikho izinhlelo nezixazululo zalolu daba.Kufanele kwenziwe utho ngokushesha.Sidinga izixazululo ezinzulu."

Uphinde wathi abantu basuka ezindaweni zasemakhaya becabanga ukuthi impilo yasedolobheni incono.

"Bafika la bengatholi lutho.Sibona imijondolo yonke indawo.Ukubabuyisela emakhaya abo akusiso isixazululo njengoba behamba bebuya."

Oyikhansela lewadi uPrinsloo ukuqinisekisile ukuthi idolobha alinazo izinhlelo, kubika abeSunday Tribune.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                           

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think corruption-accused National Assembly Speaker Nosiviwe Mapisa-Nqakula will survive a motion of no confidence against her?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, her days are numbered
35% - 17 votes
Yes, the ANC caucus will protect her
65% - 31 votes
Vote
Rand - Dollar
19.04
-0.7%
Rand - Pound
23.98
-0.4%
Rand - Euro
20.53
-0.3%
Rand - Aus dollar
12.36
-0.1%
Rand - Yen
0.13
-0.7%
Platinum
894.10
-0.3%
Palladium
996.00
-0.6%
Gold
2,194.02
-0.0%
Silver
24.42
-0.9%
Brent Crude
86.09
-0.2%
Top 40
67,905
+0.3%
All Share
74,106
+0.3%
Resource 10
56,200
+1.0%
Industrial 25
103,604
+0.3%
Financial 15
16,488
-0.2%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE