Durban - Lihlehlisiwe icala lamabhungu amathathu asolwa ngokudlwenguli umfana oneminyaka engu-12 ubudala eNkantolo yeMantshi yaseNtuzuma.
La mabhungu azophinde avele kusasa mhlaka-14 Okthoba kanti babalelwa emnyakeni ephakathi kwengu-18 nengu-20 ubudala.
OLUNYE UDABA: Umkhwenyana uboshelwe ukudlwengula unkosikazi
La mabhungu asolwa ngokudlwengula umfna oneminyaka engu-12 ubudala bemkhombe ngommese ethoyilethi esikoleni iSithabile High eMatikwe enyKtho neTheku, kubika iNewswatch.
- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho