Cape Town - Umholi we-Economci Fredom Fighters uJulius Malema ube nengxoxo ekhethekile nephephandaba i
Daily Sun , ekhuluma ngomculo awuthandayo, ukudla kanye nokuthi kunjani ukushadelwa.
UMalema ube esecelwa ukuba asho ukuthi uthanda muphi umculo nabaculi angathi uyabalalela.
Uthe uyawuthanda umculo oqhamuka eKalawa Jazzmee ngoba kusuke kungumculo azi kahle ukuthi uzoshisa izikhotha ngisho engakowulaleli.
Ube eseshaya umucu weculo likaCassper Nyovest, i
Doc Shebeleza .
Buka i-video ubone olunye uhlangothi lukaMalema:
VIDEO
We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.